Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ikhasi lokuqala. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ikhasi lokuqala. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Septhemba 17, 2018

15. Akulula Ukuzazi Ngeqiniso

UZhang Rui Edolobheni laseHangzhou, Esifundazweni saseZhejiang 

  Ngangiwumuntu ongumkhohlisi. Ezwini likaNkulunkulu singakubona lokhu ukuthi abantu abangabakhohlisi angeke basindiswe uNkulunkulu; abantu abaneqiniso kuphela abayothola udumo Lwakhe.

ISonto, Septhemba 16, 2018

7. Umoya Wokuqhosha Ngaphambi Kokuwa

UBaixue Edolobheni LaseShenyang 

  Ngenxa yesidingo somsebenzi, ngadluliselwa kwenye indawo yokusebenza. Ngaleso sikhathi, nganginokubonga okukhulu kuNkulunkulu. Ngezwa sengathi kuningi kakhulu lapho ngangisilele khona, kodwa ngokuphakanyiswa nguNkulunkulu kwezulu, nganikezwa ithuba lokugcwalisa umsebenzi wami endaweni yokusebenza emangalisayo.

UMgqibelo, Septhemba 15, 2018

3. Emva Kokulahlekelwa Yisikhundla Sami …

  UHuimin Edolobheni LaseJiaozuo, Esifundazweni SaseHenan 

  Njalo lapho ngibona noma ngizwa ngomuntu osusiwe esikhundleni futhi esezizwa edangele, ebuthakathaka noma ecasukile, futhi engasafuni ukulandela, ngangiye ngimbukele phansi.

ULwesihlanu, Agasti 24, 2018

1. UNkulunkulu usesimweni somuntu eShayina ngezinsuku zokugcina; yini isisekelo salokhu eBhayibhelini kanye nasemazwini kaNkulunkulu?

  
  Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  “Ngoba kusukela ekuphumeni kwelanga ngisho nasekushoneni kwalo igama lami liyoba likhulu phakathikwaBezizwe”(UMalaki 1:11).
  “Njengoba nje umbani uvela empumalanga, futhi ukhanya ngisho nasentshonalanga; kuyoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Math 24:27).

ULwesine, Agasti 23, 2018

South African Gospel Song 2018 “UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo”



South African Gospel Song 2018 “UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo””
I
UNkulunkulu wenza umsebenzi emhlabeni wonke.
Imisindo yokuduma eMpumalanga ayipheli,
izamazamisa wonke amahlelo nazo zonke izinkolo.
Yizwi likaNkulunkulu elilethe konke esikhathini samanje.
Yizwi Lakhe eselinqobe bonke.

ULwesithathu, Agasti 22, 2018

3. Yini umehluko phakathi kwamazwi kaNkulunkulu edluliswa ngabaphrofethi Ngenkathi Yomthetho kanye namazwi kaNkulunkulu echazwa nguNkulunkulu esenyameni?

  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  ENkathini Yomusa, uJesu wakhuluma futhi wenza umsebenzi omkhulu. Wayehluke kangakanani kuno-Isaya? Wayehluke kangakanani noDaniyeli? Ngabe wayengumprofethi? Kungani kuthiwa unguKristu? Yini umehluko phakathi kwabo?

2. Yini umehluko phakathi kwamazwi abantu esetshenziswa uNkulunkulu ezinkathini zonke ezihambisana neqiniso namazwi kaNkulunkulu?

  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Iqiniso livela emhlabeni wabantu, kodwa iqiniso kubantu ledluliselwa uKristu. Lisuka kuKristu, okusho ukuthi kuNkulunkulu uqobo, futhi umuntu angelithole.

kwesithi “Impumelelo Noma Ukwehluleka Kuncike Endleleni Umuntu Ayihambayo” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni

1. Ingabe ngempela umuntu kufanele alizwe kanjani izwi likaNkulunkulu? Ingabe umuntu angaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu ngempela nguNkulunkulu uSomandla yiNkosi uJesu ebuyisiwe?


  Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  “Izimvu zami zizwa izwi lami, futhi ngiyazazi, ziyangilandela” (Johane 10:27).

  “Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje.

ULwesibili, Agasti 21, 2018

6. Empeleni kufanele umuntu alibuke futhi alisebenzise kanjani iBhayibheli ngendlela ehambisana nentando kaNkulunkulu? Yini ukubaluleka kokuqala kweBhayibheli?

  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:


  Namhlanje, ngihlaziya iBhayibheli ngale ndlela futhi akusho ukuthi ngiyalizonda, noma ngiyaphika ukubaluleka kwalo lapho ufuna ukubuyekeza. Ngichaza ukubaluleka kwalo kwemvelo kanye nemvelaphi yeBhayibheli kuwena ukukuvimba ukuthi uhlale emnyameni ungazi.

5. Yini ngempela inkolo yeqiniso kuNkulunkulu? Kufanele umuntu akholwe kanjani kuNkulunkulu ukuze athole ukutuswa Kwakhe?


  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Nakuba abantu abaningi bekholelwa kuNkulunkulu, bambalwa abaqondayo ukuthi kusho ukuthi ukukholwa kuNkulunkulu, nokuthi yini okumele bayenze ukuze babe senhliziyweni kaNkulunkulu.

4. Ayikho indlela yokuphila okungunaphakade ngaphakathi eBhayibhelini; uma umuntu ebambelela eBhayibhelini futhi alikhonze, lapho-ke ngeke akuthole ukuphila okungunaphakade

  Izikhombo Zamavesi Ebhayibheli:

  “Hlolani imibhalo; ngoba nicabanga ukuthi kuyo niyoba nokuphila okungunaphakade: yiyo engifakazelayo. Futhi ngeke nize kimi, ukuze nibe nokuphila” (Johane 5:39-40).

UMsombuluko, Agasti 20, 2018

3. IBhayibheli laqokelelwa ngumuntu, hhayi uNkulunkulu; iBhayibheli alikwazi ukumela uNkulunkulu

  Izikhombo Zamavesi Ebhayibheli:

  “Hlolani imibhalo; ngoba nicabanga ukuthi kuyo niyoba nokuphila okungunaphakade: yiyo engifakazelayo. Futhi ngeke nize kimi, ukuze nibe nokuphila” (Johane 5:39-40).

2. Umhlaba okholwayo ukholwa ukuthi yonke imibhalo inikezwe ngokufunzelelwa nguNkulunkulu nokuthi konke kungamazwi kaNkulunkulu; ingabe umuntu kufanele ahlaluke kanjani lesi sitatimende?

  

  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Akuyona yonke into eseBhayibhelini engumbhalo wamazwi akhulunywa nguNkulunkulu mathupha. IBhayibheli lethula izigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu waphambilini, ingxenye eyodwa ingumbhalo ngokubikezela kwabaphrofethi, enye ingxenye yilokho abantu abadlule kukho kanye nolwazi olubhalwe ngabantu abebesetshenziswa nguNkulunkulu ngesikhathi sonke sezinkathi.

ISonto, Agasti 19, 2018

Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)



Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)


Umbuso
I
Umbuso, idolobha labangcwele, umbuso kaKristu.
Embusweni, umcebo nenkazimulo kaNkulunkulu kuyabonakala.
Unyazi luphuma eMpumalanga futhi lukhanyise eNtshonalanga.

UMgqibelo, Agasti 18, 2018

1. IBhayibheli liyirekhodi kuphela lezigaba ezimbili zikaNkulunkulu Inkathi Yomthetho neNkathi Yomusa; alilona irekhodi lomsebenzi kaNkulunkulu wonke

  Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso: ngoba akazukuzikhulumela, kodwa lokho azokuzwa, uzokusho: futhi uzonikhombisa okuzayo” (Johane 16:12-13).

5. Ingabe uNkulunkulu ubusa futhi aphathe kanjani umhlaba wonke?







  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Zingaki izidalwa eziphilayo futhi ezizalanayo ebukhulwini obubanzi bomhlaba nezulu, zilandela umthetho wokuphila ngokuphindaphinda, zibambelele emthethweni owodwa ongaguquki.

ULwesihlanu, Agasti 17, 2018

4. Ingabe uNkulunkulu weluse futhi wahlinzeka kanjani isintu kuze kube sezinsukwini zamanje?



  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:


  Umsebenzi wokuphatha kaNkulunkulu waqala ekudalweni komhlaba, futhi umuntu uyingqikithi yalo msebenzi. Ukudala kukaNkulunkulu zonke izinto, kungashiwo ukuthi kungenxa yomuntu.

UMsombuluko, Agasti 13, 2018

4. Umuntu okholwa kuNkulunkulu kufanele akwazi ukuhlaluka abelusi bamanga nomphikukristu ukuze alahle inkolo abuyele kuNkulunkulu

 
 
  Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  “Isho kanje iNkosi UNKULUNKULU kubelusi; Wo kubelusi bakwa-Israyeli abazondla bona! abelusi akufanele bondle izimvu na? Nidla amanoni, futhi nembatha uboya, nihlaba ezikhulupheleyo: kodwa anizondli izimvu.

UMgqibelo, Agasti 11, 2018

3. Igama likaNkulunkulu lingashintsha, kodwa umongo Wakhe awusoze washintsha

  
uJesu,UNkulunkulu uSomandla,UJehova

  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Kunalabo abathi uNkulunkulu akaguquki. Kuyiqiniso lokho, kodwa lokho kubhekiswe ekungaguqukini kwesimo sikaNkulunkulu nesiqu Sakhe. Izinguquko egameni Lakhe nasemsebenzini Wakhe azisho ukuthi isiqu Sakhe sesiguqulile; ngamanye amazwi, uNkulunkulu uyohlala enguNkulunkulu, futhi lokhu akusoze kwaguquka.

1. Yini umehluko osemqoka phakathi komsebenzi kaNkulunkulu nomsebenzi womuntu?

  


  Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

  Umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo ubandakanya umsebenzi wabo bonke abantu, futhi uphinde umele umsebenzi waso sonke isikhathi somlando. Lokhu kusho ukuthi, umsebenzi kaNkulunkulu uwodwa umela ukunyakaza nomsebenzi kaMoya oNgcwele, kuyilapho umsebenzi wabaphostoli ulandela umsebenzi kaNkulunkulu futhi awusiholi isikhathi somlando, noma akumeli umsebenzi oqhubekayo kaMoya oNgcwele kuso sonke isikhathi somlando.