Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iziqephu ze-MV Zombuso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iziqephu ze-MV Zombuso. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Julayi 15, 2019

South African Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"


South African Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena" 


I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

UMgqibelo, Januwari 5, 2019

South African Gospel Song “UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe”



South African Gospel Song “UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe”
I
UNkulunkulu ufuna labo abamlangazelelayo, abalangazelela ukuthi avele.
UNkulunkulu ufuna labo angamphikisi, abalalelayo njengabantwana phambi Kwakhe.

ISonto, Septhemba 30, 2018

South African Gospel Music 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu"



South African Gospel Music 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu"
I
Manje ekuphakanyisweni, ubungcwele nokulunga kukaNkulunkulu
Kuyachuma emkhathini wonke, kuphakanyisiwe kuso sonke isintu.
Amadolobha ezulu ayahleka, imibuso yomhlaba iyadansa.

South African Gospel Music 2018 “Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe”


South African Gospel Music 2018 “Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe”
I
Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.
Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.

ULwesibili, Septhemba 25, 2018

South African Gospel Music 2018 “Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu”




South African Gospel Music 2018 “Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu”
I
Ngenxa yenzuzo ngalahla zonke izindinganiso zokuziphatha,
futhi ngesibindi ngasebenzisa inkohliso ukuziphilisa.
Angibanga nandaba nonembeza noma isimilo, lutho ngobuqotho noma isithunzi.
Ngaphilela kuphela ukwanelisa inkanuko nobugovu bami obukhula njalo.

ULwesithathu, Septhemba 19, 2018

South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”




South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”
I
UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.
Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.

ULwesibili, Septhemba 18, 2018

South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"




South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"

I
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.

ULwesine, Agasti 23, 2018

Ukubonga Nokudumisa KuNkulunkulu USomandla




Ukubonga Nokudumisa KuNkulunkulu USomandla




Silethwe phambi kukaNkulunkulu. Amazwi Akhe siyawadla futhi siyawaphuza.
Umoya oNgcwele uyakhanyisela, siqonda iqiniso uNkulunkulu alikhulumayo.

ISonto, Agasti 19, 2018

Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)



Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)


Umbuso
I
Umbuso, idolobha labangcwele, umbuso kaKristu.
Embusweni, umcebo nenkazimulo kaNkulunkulu kuyabonakala.
Unyazi luphuma eMpumalanga futhi lukhanyise eNtshonalanga.

ULwesibili, Agasti 14, 2018

South African Gospel Song "UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu"



South African Gospel Song "UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu"

"UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Ngesikhathi salokhu ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu emhlabeni,
wenza umsebenzi Wakhe phakathi kwabantu.
Wonke lo msebenzi unenhloso eyodwa – ukunqoba uSathane ongudeveli.
Uyonqoba uSathane ngokunqoba umuntu,
nangokukwenza uphelele.
Lapho wethula ubufakazi obunamandla,
nalokhu, kuyosho ukunqotshwa kukaSathane.
UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu.
II
Ukuze uSathane anqotshwe,
umuntu uqala ehlulwe, bese epheleliswa.
Kodwa eqinisweni, ngenkathi enqoba uSathane,
uNkulunkulu usindisa emhlabeni wobuhlungu.
Akusho lutho ukuthi lo msebenzi wenziwe eShayina noma emhlabeni wonke,
konke kungenxa yokunqoba uSathane nokusindisa isintu,
ukuze umuntu akwazi ukungena endaweni yokuphumula.
UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu
III
Ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu enyameni ejwayelekile
kungenxa kanye yokunqoba uSathane.
Umsebenzi walo Nkulunkulu wenyama ngukusindisa bonke labo abathanda uNkulunkulu ngaphansi kwezulu.
Ungenxa yokunqoba sonke isintu,
futhi ungenxa yanangokunqoba uSathane.
Umongo wawo wonke umsebenzi kaNkulunkulu awehlukaniseki
nokunqoba uSathane ukuze kusinde isintu.
UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze nje anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu.
UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu,
asindise sonke isintu. Usindisa sonke isintu.
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni

South African Gospel Song “Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade”



South African Gospel Song “Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade”

“Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, elingaguquki phakade.
UNkulunkulu ungumnikezi wokuphila, futhi nguye kuphela umqondisi womuntu.

UMsombuluko, Juni 18, 2018

South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


“Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

 I Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu, ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.

ISonto, Juni 17, 2018

South African Gospel Music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga



South African Gospel Music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"

I
Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha,
banjengezingelosi eziza emhlabeni.
Kungenamanga, kungenankohliso noma ukukhohlisa, ngenhliziyo evulekile, ethembekile baphila ngokunesithunzi.

ISonto, Juni 10, 2018

South African Gospel Song “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu”


South African Gospel Song “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu”

uMdali uphakathi kwabantu ngazo zonke izikhathi, uhlala exoxa nomuntu kanye nendalo iyonkana futhi wenza izenzo ezintsha zonke izinsuku. Ingqikithi nesimo Sakhe kuvezwa engxoxweni Yakhe nomuntu; imicabango nemiqondo Yakhe ivezwa ngokuphelele ezenzweni Zakhe; uphelekezela futhi abuke isintu ngazo zonke izikhathi. Ukhuluma ngokuthula nesintu nayo yonke indalo ngamazwi Akhe athulile: Ngisemazulwini, futhi ngiphakathi kwendalo Yami. Ngiqaphile; ngilindile; ngisohlangothini lwakho…. 

UMsombuluko, Juni 4, 2018

South African Gospel Song "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"



South African Gospel Song "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Inhloso yokwahlulela kukaNkulunkulu ukukhuthaza ukulalela komuntu;
inhloso yokusola kukaNkulunkulu ukuvumela ukuguquka komuntu.

ULwesihlanu, Juni 1, 2018

South African Gospel Music 2018 “O Sithandwa Sami, Ngilinde” Longing for God


O Nkosi, ibandla selichithakele. Angibuzwa ubukhona Bakho. Ukuphi Wena? 

South African Gospel Music 2018 “O Sithandwa Sami, Ngilinde” Longing for God 

UMgqibelo, Meyi 26, 2018

South African Best gospel music 2018 “Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho”


South African Best gospel music 2018 “Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho”
I Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule. Iqiniso lelo! Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza. Singaba kanjani nokungabaza?

UMsombuluko, Meyi 21, 2018

Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo


Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo

Thatha ithuba lapho unesikhathi, hlala uthule phambi kukaNkulunkulu.
Funda izwi Lakhe, yazi amaqiniso Akhe, lungisa iziphambeko ezikuwe.
Izilingo ziyafika, bhekana nazo; yazi intando kaNkulunkulu futhi uzoba namandla.
Mtshele ukuthi yiziphi izinto ozintulayo, khuluma iqiniso Lakhe njalo.
Uyajabula umphefumulo wakho lapho ukhonza Yena.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo, ungabe usamnqaba.

ISonto, Meyi 20, 2018

South African Gospel Song "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho"



South African Gospel Song "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho"

Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe,
izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu.
Lapho usumqonda uNkulunkulu wakho, 
uzokuqonda okusenhliziyweni Yakhe,
bese ujabulela okukuye ngakho konke ukukholwa nokunaka kwakho. 

ULwesibili, Meyi 15, 2018

South African Gospel Song "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu"




South African Gospel Song "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu"


Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.