Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izethembiso zikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izethembiso zikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesihlanu, Novemba 29, 2019

1. Uyini Umsebenzi Wokuphatha Isintu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso.

UMsombuluko, Julayi 15, 2019

South African Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"


South African Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena" 


I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

UMgqibelo, Mashi 17, 2018

Isahluko 36

Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. UNkulunkulu uthi, “Umuntu akakaze athole lutho ekusolweni Kwami, ngoba akenzi lutho ngaphandle kokuthwala ijoka emqaleni wakhe ngazo zombili izandla,