Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

ISonto, Meyi 6, 2018

Labo Abangafundi Futhi Abangazi Lutho: Abazona Yini Izilwane?

Iyiphi indlela yokufuna efanele kunazo zonke endleleni yanamuhla? Hlobo luni lomuntu okufanele uzibone uyilo ekufuneni kwakho? Kufanele wazi indlela yokusingatha yonke into ekwehlelayo manje, kungaba izilingo noma ukuhlupheka, ukusola okunonya noma iziqalekiso—kufanele ucabangisise ngakho konke lokhu. Kungani ngisho lokhu? Kungoba ngemva kwakho konke, okukwehlelayo manje kuyisilingo esisodwa sesikhashana esilandela esinye. Mhlawumbe akuyona inkinga enkulu kuwe manje ngakho umane uvumele izinto ziqhubeke, ungakubheki njengomcebo oyigugu wokufuna kwakho intuthuko. Awunaki kakhulu! Empeleni uthatha lo mcebo oyigugu njengamafu antanta phambi kwamehlo akho, futhi awuzibheki njengezibalulekile lezi zikhawu zamagalelo anamandla, ezingabukeki zinzima ngaleyo ndlela kuwe. Umane ubukisise buthule futhi awuzifaki enhliziyweni, kodwa uzibheka njengezide zingqimuza udonga. Uyazidla kakhulu! Uwabukela phansi amagalelo okuhlasela okunamandla okulandela okunye, ngezinye izikhathi uze umomotheke ngasese, ubonise ukungabi nandaba. Lokhu kungenxa yokuthi awukaze ucabange ngokuthi kungani uhlale uhlushwa yilolu hlobo “lweshwa.” Kungenzeka yini ukuthi angibacabangeli abanye abantu? Ingabe ngimane ngikunakile nje? Nakuba ukucabanga kwakho kungekukhulu njengoba ngikuchazile, lobo buntu “obuzothile” buliveze ngokucacile ingaphakathi lenhliziyo yakho. Asikho isidingo sokusho lokhu, okufihleke ekujuleni enhliziyweni yakho akulutho ngaphandle kwamazwi ahlabayo, amabadlana osizi olungapheli okunzima kwabanye ukuba bakubone. Kungenxa yokuthi uhlushwe yilolu hlobo lwezilingo waze waba nomuzwa wokuthi akunabulungiswa kakhulu, ngalokho ujikijela amazwi ahlaba ngale ndlela. Unomuzwa wokuthi umhlaba awuthokomele ngenxa yalezi zilingo, ngenxa yalokho ugcwele usizi. Awuwaboni amagalelo alandelanayo nokuqondiswa okulandelanayo njengesivikelo esingcono, kodwa ukubheka njengezinto ezingenangqondo ezichukuluzayo ezivela eZulwini noma isijeziso esikufanele. Awazi lutho! Uvalele ngonya izikhathi ezinhle kakhulu ebumnyameni, futhi ubona izikhathi ezilandelanayo zezivivinyo ezinhle nokuqondiswa njengokuhlaselwa yisitha. Awukwazi ukuvumelana nezimo zendawo, ngaphezu kwalokho, awuzimisele ukuvumela isimo. Lokhu kungenxa yokuthi awuzimisele ukuzuza lutho ekusoleni okuza kulandelana okubheka njengokunonya. Awufuni noma ucingisise, futhi uziyekele entandweni yeZulu—nomaphi lapho uphelela khona kulapho ukhona. Ukusola okubona kulunya akukaze nhlobo kuyiguqule inhlizyo yakho, futhi akukaze kube senhliziyweni yakho. Kunalokho, kumane kwayilimaza. Lokhu “kusola okunonya” ukubheke njengesitha kuphela kulokhu kuphila kodwa awuzuzanga lutho. Uzidla kakhulu! Awukholwa nakancane ukuthi uqondwe yilezi zilingo ngenxa yokuthi wenyanyeka kakhulu, kunalokho, ukholwa ukuthi unamabhadi kakhulu, uhlale uthi ngikucubungula ngokwedlulele. Kuze kube manje, kungakanani ukuqonda empeleni onakho ngalokho engikushoyo nengikwenzayo? Ungacabangi ukuthi uzalwe uhlakaniphile, ucishe nje ube sezulwini futhi wengame umhlaba. Awuhlakaniphile kunabanye abantu, futhi kungashiwo ukuthi uyisiphukuphuku kakhudlwana kunabanye abantu abanomqondo emhlabeni ngoba uzibona uphakeme ngokwedlulele; awukaze ube nomuzwa wobuncane. Kubonakala sengathi uzibona ngokucacile zonke izinto engizenzayo. Iqiniso liwukuthi awuyena umuntu ohluzekile. Lokhu kungenxa yokuthi awunalo ulwazi ngalokhu engizokwenza, futhi wazi okuncane ngalokho engikwenza manje. Yingakho ngithi ngeke uqhathaniswe nomlimi omnkantsha ubomvu ongakuqondi ukuphila komuntu kodwa othembele ezibusisweni ezivela eZulwini ukuze alime. Awukubheki njengokubalulekile ukuphila kwakho futhi awazi nangedumela, futhi kuncane okwaziyo ngawe. “Unamandla futhi uphakeme” ngokwedlulele! Ngikhathazekile ngokuthi amasoka noma izintombi ezinhle njengani zizokwazi kanjani ukumelana nokuhlasela kwezivunguvungu namagagasi amakhulu ngokwengeziwe? Lawo masoka azithandela ukudlala awanandaba nohlobo lwendawo akuyo njengamanje. Kubonakala kuyindaba encane—abanandaba nalezi zinto. Abanombono ophambene futhi abazibheki njengabaphansi. Kunalokho, bahambe bezululeka futhi bechiphatheka “ezindaweni” beziphephetha. Laba “bantu” abangafundi futhi abangazi lutho, abazi nakwazi ukuthi kungani ngisho lezi zinto kubo. Bazazi kancane ngeso elibi, futhi ngemva kwalokho izindlela zabo ezimbi aziguquki. Ngemva kokusuka Kimi bayaqhubeka bedunguza ezweni beziqhenya futhi bekhohlisa. Ukubukeka kobuso bakho kuguqula ngokushesha okukhulu—usangikhohlisa ngale ndlela. Unesibindi esikhulu! Futhi lezo zintombi ezinhle ngempela ziyahlekisa. Zizwa amazwi Ami aphuthumayo, zibona indawo ezikuyo, bese zihluleka ukuzibamba zikhale izinyembezi; zisonta imizimba yazo njengokungathi zizama ukuyenga. Kuyenyanyisa kakhulu! Owesifazane ubona isiqu sakhe alale embhedeni futhi ahlale khona, akhale into engapheli, njengokungathi useyacinana. Kula mazwi ubona ukungavuthwa nokuba phansi kwakhe, ngemva kwalokho agcwale imibono engemihle. Uyagqolozela angacwayizi, futhi akukho ukukhanya emehlweni akhe; akakhonondi, futhi akangizondi—unombono ophambene ngezinga lokuthi akanyakazi. Akafundi futhi akazi lutho. Ngemva kokusuka Kimi uphinde ancokole futhi adlale, futhi lolo “hleko olunjengezinsimbi zesiliva” lufana nje “nenkosazana yensimbi yesiliva.” Kokubili kubuthaka ngokwedlulele futhi kuntula ngokwedlulele ekuzidabukeleni! Nonke, eniyizimpahla ezilimele phakathi kwesintu—nintula kakhulu ebuntwini! Anikwazi ukuzithanda noma ukuzivikela, anisiqondi isizathu, aniyifuni indlela yangempela noma nithande ukukhanya kwangempela, futhi ikakhulu anikwazi ukuzibheka njengabayigugu. Niqhubeke isikhathi eside nichilizela ngemuva kwezingqondo zenu amazwi emfundiso Yami futhi nize nawasebenzisela ukuzithokozisa ngesikhathi senu sokuphumula. Benilokhu niwasebenzisa “njengesongo lenhlanhla.” Lapho uSathane ekumangalela, uvele uthandaze kancane. Lapho unombono ophambene, uyalala, futhi lapho ujabule ugijima sengathi uyahlanya. Lapho ngikuthethisa, unqekuzisa ikhanda ukhothame, kodwa lapho ungishiya uhleka uze ubhuquze phansi. Phakathi kwabantu uhlale ungophakeme futhi awukaze uzicabange kunguwena oqhosha kakhulu. Uhlale uphakeme futhi unamandla, uzidla kakhulu futhi unenkani exakile. Uhlobo olunjalo “lomfana,” “lwentombazane,” “lwensizwa,” “lwentombi,” olungafuni noma olungazi lutho lungawaphatha kanjani amazwi Ami njengomcebo oyigugu? Ngizophinde ngikubuze—ufundeni emazwini Ami nasemsebenzini Wami kuso sonke lesi sikhathi? Amacebo enu awukuhlakanipha? Inyama yenu iyinkimbinkimbi kakhulu? Ningibheka njengongelutho? Ngizonitshela ngingafihli, lo msebenzi Wami omkhulu manje usuwenze isibindi senu, esasingangesegundane, saba sikhulu. Ukungesaba kwenu kuncipha ngosuku ngoba nginomusa omkhulu. Angikaze ngisebenzise izindlela ezinodlame ukuze ngijezise inyama yenu. Mhlawumbe ngendlela enikubona ngayo, ngimane ngikhuluma ngokhahlo, kodwa izikhathi eziningi ngiyamomotheka kini futhi kukancane nginigxeka bukhoma. Futhi kubaluleke nakakhulu ngoba ngihlale ngicabanga ngamaphutha enu ukuthi anenze nangiphatha ngendlela inyoka ephatha ngayo umlimi onomusa. Ngilazisa ngempela ikhono lesintu lokulinganisa ngokucophelela abanye—liyamangalisa ngempela, lihle kakhulu! Ngizokutshela iqiniso. Ukuthi unenhliziyo ehloniphayo noma cha, namuhla akubalulekile. Angithukile noma ngikhathazeke, kodwa ngizokutshela nokuthi wena “sihlakaniphi” esingafundi nesingazi lutho ekugcineni uzoqothulwa kukho kanye ukuhlakanipha kwakho nokuzibona uhlakaniphile. Kuzoba nguwe ohluphekayo, futhi kuzoba nguwe osolwayo. Ngeke ngibe yisiphukuphuku ngaleyo ndlela ukuba ngingaqhubeka ngikuphelezela uye esihogweni futhi uqhubeke uhlupheka, ngoba mina nawe asilona uhlobo olufanayo. Ungakhohlwa ukuthi uyindalo engayiqalekisa, eyafundiswa futhi yasindiswa Yimi. Ayikho into engiyilangazelelayo. Akunandaba ukuthi ngisebenza nini, akekho umuntu, izehlakalo, noma izinto okungangikhohlisa. Kungashiwo ukuthi isimo somqondo Wami nendlela engibheka ngayo isintu bekulokhu kufana. Awukho umusa enginawo kini ngoba niyisengezo ekuphatheni Kwami; nakanjani awunawo amandla amakhulu okudlula enye into. Ngiyakweluleka ukuthi uhlale ukhumbula ukuthi uyindalo nje kuphela! Nakuba uhlala Nami, kufanele uyazi indawo yakho ungaziboni uphakeme kakhulu. Ngisho noma ngingakugxeki noma ngibhekane nawe, ngiyamomotheka kuwe, lokhu akufakazeli ukuthi Mina nawe siwuhlobo olufanayo. Kufanele wazi ukuthi ufuna iqiniso, wena ngokwakho awulona iqiniso! Kufanele uguquke ngokuvumelana namazwi Ami nganoma isiphi isikhathi—ngeke ukubalekele lokhu. Ngikweluleka ukuba ufunde okuthile ngesikhathi usekulezi zikhathi ezimangalisayo, lapho lisekhona leli thuba eliyivelakancane, ungazami ukungikhohlisa. Akudingeki ukuba ungiphambe ngokuncoma. Ukungifuna kwakho akungenxa Yami nhlobo—kungenxa yakho!

Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

20 amazwana:

  1. nordvpn khokharpc Thanks for this post, I really found this very helpful. And blog about best time to post on cuber law is very useful.

    PhendulaSusa
  2. avg antivirus farooqpc Thanks for sharing such great information, I highly appreciate your hard-working skills which are quite beneficial for me.

    PhendulaSusa

  3. driver-booster-pro-crack is usually a significant progression to avoid equipment disappointment, tire instability, and hidden security vulnerabilities. Routinely updating drivers is also a successful way to upgrade your computer's general implementation and expand your gaming knowledge.
    freeprokeys

    PhendulaSusa
  4. Thanks for the post. Very interesting post. This is my first-time visit here. I found so many interesting stuff in your blog. Keep posting.. itools-crack

    PhendulaSusa
  5. Thanks for the great message! I really enjoyed reading
    you could be a good writer. Evil Alvzis notes blog and testament
    will finally come back later. I want to support
    keep writing well, have a nice weekend!
    daemon tools ultra crack
    express vpn crack
    movavi video converter crack

    PhendulaSusa
  6. I went to your website. I admire you and your efforts. I appreciate your efforts.
    If you're looking for the most recent edition and what's new, you've come to the right place.
    I hope you find this website useful. Thanks.
    activepresenter crack
    bolide movie creator crack
    adobe zii crack
    avast antitrack premium crack
    avg internet security crack

    PhendulaSusa
  7. On the Internet, I was happy to discover this installation.
    It was a wonderful read and I owe it to you at least once.
    It touched my interest a little and you kindly kept it.
    Become a fan of a new article on your site
    camtasia studio crack
    freemake video converter crack
    ashampoo antivirus crack
    driver genius pro crack

    PhendulaSusa
  8. Excellent article. I really like it and I'm very impressed with your work in this article. Keep it up and keep sharing this kind of useful and useful information with us. Thank you for sharing with us.

    You are so interesting! I don't think I've read anything like this before. It's great to find someone with real ideas on this topic. Indeed ... thank you very much for starting. This site is something needed on the internet, not real!
    7 zip portable crack
    n track studio crack
    avg anti virus definitions crack
    moo0 voice recorder crack

    PhendulaSusa
  9. Fotor Pro Crack is a program that assists individuals with further developing their composing abilities. It has been generally welcomed by PC clients who have viewed it as a compelling instrument in further developing exactness and speed.

    PhendulaSusa
  10. I'm a little impressed. Rarely have I come across a blog that is both educational and fun.
    I'm just saying that your performance was flawless.
    Few men and women can wisely say about a head problem.
    I couldn't be happier to find myself on this journey.
    Here you go.
    filemaker pro crack
    amazing dr recovery crack
    daemon tools pro crack
    driverdoc crack

    PhendulaSusa
  11. I found this one pretty fascinating and it should go into my collection. Very good work! I am Impressed. We appreciate that please keep going to write more content.

    Battlefield Crack
    crusader kings 3 crack

    PhendulaSusa
  12. I am very impressed with your post because this post is very beneficial for me and provide a new knowledge to me. Thanks for sharing this post is excellent article. Keep it up
    Beyond Two Souls Crack
    starsector v0 early access crack

    PhendulaSusa
  13. I'm a little impressed. Rarely have I come across a blog that is both educational and fun.
    I'm just saying that your performance was flawless.
    Few men and women can wisely say about a head problem.
    I couldn't be happier to find myself on this journey. cinema d crack
    unhackme
    youtube downloader hd crack
    edraw max full crack
    recuva pro crack
    ashampoo burning studio crack
    transmac crack

    PhendulaSusa

  14. Hello Everyone this page has usefull information,as i found the content in post this also have the relative ideas, Thanks...!!
    KMPlayer Crack
    Hitman Pro Crack
    EaseUS partition master crack
    Final Cut Pro X Crack
    Winstep Nexus Ultimate Crack

    PhendulaSusa
  15. I am very impressed with your post because this post is very beneficial for me and provides new knowledge to me.
    Microsoft Power BI Desktop
    Autodesk 3ds Max
    RogueKiller

    PhendulaSusa
  16. I am very impressed with your post because this post is very beneficial for me and provides new knowledge to me.
    CCleaner Pro
    GoldWave
    iTop VPN

    PhendulaSusa
  17. I am very impressed with your post because this post is very beneficial for me and provides new knowledge to me.
    SILKYPIX Developer Studio
    IObit Driver Booster
    Internxt Drive

    PhendulaSusa