Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iphimbo likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iphimbo likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesibili, Disemba 10, 2019

Ekuthungatheni Indlela Yangempela, Kufanele Ube Nengqondo

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Akunakuthiwa uNkulunkulu nomuntu bayalingana. Ubuyena nomsebenzi Wakhe kungaphezulu kokuqonda kwabantu. Uma uNkulunkulu engawenzi Yena uqobo umsebenzi Wakhe akhulume amazwi Akhe emhlabeni wabantu, kusho ukuthi abantu ngeke bakwazi ukuyiqonda intando kaNkulunkulu, ngalokho-ke, nalabo abanikele impilo yabo yonke kuNkulunkulu ngeke bakwazi ukuzuza ukwamukelwa Nguye.

ULwesithathu, Novemba 20, 2019

24. Uyini umehluko phakathi kwenceku enhle nenceku embi?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi womsebenzi ofanelekile ungayisa abantu endleleni eyiyo futhi ubavumele ukuthi bajule eqinisweni. Umsebenzi awenzayo ungaletha abantu phambi kukaNkulunkulu. Phezu kwalokho, umsebenzi awenzayo ungahlukahlukana kumuntu nomuntu futhi awucindezelwa yimithetho, evumela abantu ukuthi badedele futhi bakhululeke.

UMgqibelo, Juni 10, 2017

Almighty God's Word "The Millennial Kingdom Has Arrived"


  
  Almighty God says, "The arrival of the Millennial Kingdom on earth is the arrival of God’s words on earth. New Jerusalem’s descent from heaven is the arrival of God’s words to live among man, to accompany man’s every action, and all his inmost thoughts. This is also the fact that God will accomplish, and the wonderful scene of the Millennial Kingdom. This is the plan set by God: His words will appear on earth for a thousand years, and they will manifest all of His deeds, and complete all of His work on earth, after which this stage of mankind shall come to an end."

ISonto, Juni 4, 2017

Almighty God's Word "How to Know Reality" | The Church of Almighty God



Almighty God's Word "How to Know Reality" | The Church of Almighty God
Almighty God says, "God is the God of reality: All of His work is real, all of the words He speaks are real, and all of the truths He expresses are real. Everything that is not His words is vacuous, non-existent, and unsound.

ULwesibili, Meyi 30, 2017

ULwesihlanu, Meyi 26, 2017

Izwi Lamashumi Amabili

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga
 Ingcebo yekhaya Lami ingelinganiswe futhi ijulile kakhulu, kodwa umuntu akakaze eze Kimi ukuzoyithokozela. Akakwazi ukuyithokozela ngokwakhe, noma ukuzivikela ngemizamo yakhe; kunalokho, ulokhu ebeka ithemba lakhe kwabanye. Kubo bonke laba engibabhekile, akekho oke wangifuna ngenhloso nangokuthe nse.

Izwi Lamashumi Amabili Nesishiyagalombili

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga
 Uma ngifika ngivela eSiyoni, ngangilindwe yizo zonke izinto, ngathi uma sengibuyela eSiyoni, ngabingelelwa yibo bonke abantu. Njengoba ngafika ngabuya ngahamba, izinyathelo Zami azange zivinjwe yizinto ezaziwubutha Kimi, yingakho ngaqhubeka ngaphandle kwezihibe.

Izwi Lamashumi Amabili Nanye

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga
 Umuntu uwela ekukhanyeni Kwami, abambelele ngenxa yensindiso Yami. Ngenkathi ngiletha insindiso emhlabeni jikelele, umuntu ubezama ukuthola izindlela zokungena phakathi kokubuyisana Nami, nokho baningi abamukile bangatholakala ngalezi zikhukhula zokubuyisana; baningi abaminzile bacwila emanzini ezikhukhula; kanti baningi futhi abema baqina phakathi kwazo izikhukhula; abangazange balahlekelwe yindlela yabo ababambelela belandela umsinga kuze kube yinamuhla.

UMsombuluko, Meyi 22, 2017

Izwi Lamashumi Amabili Nantathu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga
 Uma kuphuma izwi Lami, amehlo Ami akhipha umlilo, ngibheke umhlaba wonke, ngiqaphele umhlaba jikelele. Bonke abantu bakhuleka Kimi, babhekise amehlo abo Kimi, bekhulekela ukuba ngimise intukuthelo Yami futhi befunga ukuba abasoze baphinde bangihlubuke. Lesi akusona isikhathi esedlule; sekungesamanje.

Ukububula KukaMninimandla Onke


 Kunemfihlo enkulukazi enhliziyweni yakho. Awazi ukuthi ikhona ngoba kade uphila ezweni elingenakho ukukhanya. Inhliziyo nomoya wakho kuthathwe ngomubi. Amehlo akho agutshuzelwe ubumnyama; awuliboni ilanga esibhakabhakeni, noma inkanyezi ekhazimulayo ebusuku.

Umsebenzi Wokusabalalisa IVangeli Umsebenzi Futhi Wokuhlenga Umuntu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

  Bonke abantu badinga ukuqonda inhloso yomsebenzi Wami emhlabeni, okungukuthi, injongo yokugcina yomsebenzi Wami kanye nezinga ekumele ngifinyelele kulo kulo msebenzi ngaphambi kokuba ungaqedwa. Uma, emva kokuhamba nami kuze kube kulolu suku, abantu bengaqondi ukuthi umsebenziWami umayelana nani, lokho akusho ukuthi bekuyize ukuhamba Nami?

Labo Abangahambisani NoKristu Impela Bangabaphikisana NoNkulunkulu


  Bonke abantu bafisa ukubona ubuso bukaJesu bangempela futhi bafisa ukuba Naye. Ngikholwa ukuthi akukho namunye kubafowethu noma odadewethu ongathi akazimisele ukumbona noma ukuhlala noJesu.

Ingabe Wethembeke Kubani?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Lw

 Usuku ngalunye eniluphilayo nenidlula kulo njengamanje lubucayi futhi lubaluleke kakhulu esiphethweni senu kanye nasekusaseni lenu, ngakho kumele nikwazise konke eninakho ngawo wonke umzuzu odlulayo. Kumele nisisebenzise kahle isikhathi senu ukuze nizinike inzuzo enkulu, ukuze ningayiphileli ize le mpilo.

UKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Onganika Umuntu Indlela Yokuphila Ingunaphakade

 Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula.Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.

Lapho kuya kuNkulunkulu, kuthini ukuqonda kwakho?


 Abantu sebekholwe kuNkulunkulu isikhathi eside, nokho abaningi kubo abaliqondi igama elithi “Nkulunkulu.” Bayalandela nje ngokudideka. Abaqondi ukuthi kungani umuntu kumele akholwe kuNkulunkulu noma ukuthi ngempela uyini uNkulunkulu. Uma abantu bazi ukukholwa nokulandela uNkulunkulu kuphela, kodwa bengazi ukuthi uyini uNkulunkulu, futhi bengamqondi uNkulunkulu, ngabe lokhu akusilo yini ihlaya elikhulu emhlabeni?