Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi kaNkulunkulu Avelele ngeVangeli Lombuso (Okukhethwayo). Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi kaNkulunkulu Avelele ngeVangeli Lombuso (Okukhethwayo). Bonisa konke okuthunyelwe

UMgqibelo, Meyi 20, 2017

UNkulunkulu Wengamela Phezu Kwesiphetho Sesintu Sonke


  Njengamalunga ohlanga lwesintu kanye namaKristu azinikele, kuwumthwalo nesibopho sethu sonke ukunikela imiqondo nemizimba yethu ukuze kugcwaliseke umsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu ngoba ubuthina bonke bavela kuNkulunkulu, futhi bukhona ngenxa yobukhosi bukaNkulunkulu. Uma imiqondo nemizimba yethu ingeyona eyomsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu kanye nendlela elungile yesintu, ngakho imiphefumulo yethu ngeke ifanele labo ababulawelwa umsebenzi abawuphathiswe nguNkulunkulu, ngeke ifanele uNkulunkulu nhlobo, osihlinzeke ngakho konke.