Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IVangeli Lombuso Wezulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IVangeli Lombuso Wezulu. Bonisa konke okuthunyelwe
ISonto, Februwari 3, 2019
Ukujikeleza Kokuphila Nokufa Kwabantu Abehlukahlukene Benkolo
Siqeda kuxoxa ngokujikeleza kokuphila nokufa esigabeni sokuqala, sabangakholwayo. Manje, make sixoxe ngesigaba sesibili, sabantu abahlukahlukene benkolo. “Ukujikeleza kokuphila nokufa kwabantu abehlukahlukene benkolo” naso yisihloko esibalulekile, futhi kunilungele ukuthi nibe nokuqonda ngakho. Okokuqala, masikhulume ngokuthi ezinkolweni iyiphi “inkolo” esibhekise kuyo lapho sithi khona “abantu benkolo”: Kusho Inkolo yamaJuda, eyamaKrestu, eyamaKhatholika, eyama-Islam, nobuBuddha, okuyizinkolo ezinkulu ezinhlanu.
ISonto, Disemba 2, 2018
Zulu Video "AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu"
Zulu Gospel Movie Clip "AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu"
Emuva kokuvuka kweNkosi uJesu, amaJuda adingiswa kuwo wonke umhlaba, nokwenza ukuthi ivangeli lombuso wezulu lisabalale kuwo wonke amagumbi omhlaba. Ngalokhu sibona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kuphakeme kunamazulu, nokuthi izenzo Zakhe zimangalisa ngokungaqondakali.
UMsombuluko, Okthoba 22, 2018
Sikholwa ukuthi lapho iNkosi ibuya, umuntu uyoguqulelwa emzimbeni ongcwele ngokuphazima kweso, ngakho kungani ezinsukwini zokugcina uNkulunkulu kufanele enze umsebenzi wokwahlulela nokuhlanza?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Emsebenzini Wakhe wokugcina wokuphetha inkathi, isimo sikaNkulunkulu singesokusola nokwahlulela, embula kukho konke okuwukungalungi, ukuze ahlulele obala bonke abantu futhi aphelelise labo abamthanda ngenhliziyo eqotho.

Kulabo abakholwe eNkosini uJesu iminyaka eminingi nabazidele ngentshiseko futhi basebenza ngokungakhathali, bahlupheke kakhulu ngenxa yeNkosi. Ingabe ngokungamukeli umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina bazokwenqatshelwa insindiso kanye nokungena embusweni wezulu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini. Abaningi bazothi kimina ngalolo suku, Nkosi, Nkosi, asizange siphrofethe ngegama lakho?

Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)