Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iziqephu ze-MV Zombusoq. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iziqephu ze-MV Zombusoq. Bonisa konke okuthunyelwe

ISonto, Ephreli 1, 2018

South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” God's Sheep Hear the Voice of God


Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu 

I Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu, kumele sifune intando Yakhe, Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe. Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe, kunephimbo Lakhe; lapho kunezinyathelo Zakhe, kunemisebenzi Yakhe, Lapho kunokuzwakalisa Kwakhe Kunokuvela Kwakhe, Futhi lapho kunokuvela Kwakhe, Kuneqiniso, nendlela, nokuphila.