Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Uchungechunge Lomculo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Uchungechunge Lomculo. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesihlanu, Juni 22, 2018

SA Gospel Music “Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu


“Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa, singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu, ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene. Ngoba amazwi kaNkulunkulu uSomandla ayasibiza, siyaphakanyiswa phambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.

ULwesithathu, Juni 20, 2018

New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu



New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

 I Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP, lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami. Uma ukuphila kwami kucisha njengenhlansi ngokuphazima kweso, ngisayosho ngokuziqhenya ukuthi ngamukele uKristu wezinsuku zokugcina. Uma ngingakwazi ukubona isigameko esikhulu sokwanda kwevangeli lombuso, ngisayonikela izifiso ezinhle kakhulu. Uma ngingakwazi ukubona usuku lokufezwa kombuso, kodwa ngikwazi ukuhlaza uSathane namuhla, khona-ke inhliziyo yami iyogcwala injabulo nokuthula. Amazwi kaNkulunkulu asabalala umhlaba wonke, ukukhanya kubonakele phakathi kwabantu. Umbuso kaKristu uyaphakama futhi umiswa phakathi kobunzima. Ubumyama sebuzokwedlula, intathakusa elungile ifikile. Isikhathi nokoqobo kwethule ubufakazi ngoNkulunkulu.

ULwesine, Juni 14, 2018

South African Gospel Song “Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu”


“Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu 

UNkulunkulu waba yinyama ngoba okuqondwe ngumsebenzi Wakhe akuwona umoya kaSathane, noma yini engeyona, engeyona inyama, kodwa ngumuntu. Inyama yomuntu yakhohlakaliswa nguSathane ngakho yase iba yilokho okuqondwe ngumsebenzi kaNkulunkulu. Indawo yensindiso kaNkulunkulu ngumuntu, ngumuntu. Umuntu uyisidalwa esifayo, yinyama negazi kuphela, futhi nguNkulunkulu kuphela ongamsindisa. UNkulunkulu kufanele abhekane nenyama yomuntu, kanye nakho konke umuntu ayikho, ukuze enze umsebenzi Wakhe, athole umphumela omuhle kakhulu. UNkulunkulu kufanele abhekane nenyama, ngoba umuntu uyinyama, engakwazi ukwehlula isono. UNkulunkulu kufanele abhekane nenyama, ngoba umuntu uyinyama, ongakwazi ukuzikhulula ebugqilini benyama. 

ULwesibili, Juni 12, 2018

South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo”

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

“Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu 

I UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into. Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana. UNkulunkulu osenyameni usengenza imisebenzi Yakhe eminingi okufanele ayenze. Wenza nje intando kaYise. Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni. UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe. 

ULwesibili, Juni 5, 2018

South African Gospel Song "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"



“Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu 


I Ingqikithi kaKristu inqunywa ngumsebenzi namazwi akhe Ngenhliziyo eneqiniso, uqeda lokho akunikiwe, ukhonza uNkulunkulu osezulwini futhi afune intando kaYise. Konke lokhu kunqunywa yingqikithi Yakhe, kanjalo nezambulo Zakhe zemvelo. Zibizwa kanjalo ngoba amazwi Akhe awakhona ukulingisa, noma asuka eminyakeni yokukhuliswa noma ekufundisweni umuntu. Awafundwa noma awokuzihlobisela, kodwa awemvelo. Awu … Awafundwa noma awokuzihlobisela, kodwa awemvelo. Awu … 

ULwesibili, Meyi 8, 2018