Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umbuso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umbuso. Bonisa konke okuthunyelwe

ISonto, Disemba 22, 2019

4. Ukuhlukanisa Phakathi Kwezindlela Zangempela Nezingamanga, Naphakathi Kwamabandla Angempela Nawamanga

Imuphi umyalo oyisisekelo ngempela ekufuneni indlela yeqiniso

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Imuphi umyalo oyisisekelo ngempela ekufuneni indlela yeqiniso? Kufanele nibheke ukuthi ukhona yini umsebenzi kaMoya oNgcwele kule ndlela, ukuthi la mazwi ayiqiniso yini noma cha, ubani ongufakazi, nomphumela okungaba nawo kuwe.

ULwesihlanu, Mashi 16, 2018

Isahluko 30

Abanye abantu banakho ukukhanyiseleka okuncane ngamazwi kaNkulunkulu, akekho kubo owethemba imizwa yakhe; besaba kanzulu ukuwela ekubeni nombono ophambene. Ngalokho, bebehlala beguquguquka phakathi kwenjabulo nosizi.