Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthandazo weqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthandazo weqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
UMgqibelo, Novemba 23, 2019
26. Umuntu angawuthola kanjani umsebenzi kaMoya oNgcwele?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo.
ULwesithathu, Novemba 13, 2019
21. Kuyini ukulandela uNkulunkulu?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Okubaluleke kakhulu ekulandeleni uNkulunkulu ukuthi konke kumele kuye ngokwamazwi kaNkulunkulu: Noma ngabe uphokophelela ukungena ekuphileni noma ukugcwalisa intando kaNkulunkulu, yonke into kumele igxile emazwini kaNkulunkulu. Uma lokhu okukhulumayo nalokhu okuphokophelelayo kungagxilile emazwini kaNkulunkulu, lokhu kusho ukuthi awuwazi amazwi kaNkulunkulu, futhi awuwazi umsebenzi kaMoya Ongcwele.

ULwesithathu, Mashi 28, 2018
Ukugcina Imiyalo Nokulandela Iqiniso
Ezenzweni zenu, ukugcina imiyalo kufanele kuhlobane nokulandela iqiniso, Ngesikhathi esifanayo nenigcina ngaso imiyalo, kufanele futhi nenze neqiniso.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)