Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

ULwesihlanu, Mashi 8, 2019

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili (Zulu Subtitles)




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili (Zulu Subtitles)


Lapho okhokho besintu, u-Adamu no-Eva, bekhohlakaliswa nguSathane, uNkulunkulu waqala ukuphatha Kwakhe insindiso yesintu. Kusuka kuleso sikhathi, usebenze ngokungaphezi: UNkulunkulu wamemezela imithetho yokuqondisa isintu, futhi wazifikela mathupha phakathi kwabantu ukuze abethelwe futhi ahlenge isintu, futhi ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uqhuba umsebenzi Wakhe, egcwalisa iziphrofetho zeBhayibheli: “Ngiyonilungisela indawo.” (UJohane 14:2). “Ngiyeza masinyane; nomvuzo wami unami, ukunika wonke umuntu njengokomsebenzi wakhe” (IsAmbulo 22:12).

Awekho amazwana:

Thumela amazwana