Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukudumisa nokukhonza. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukudumisa nokukhonza. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesithathu, Disemba 4, 2019

South African Gospel Choir Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Okugqamile 1 (Zulu Subs)



South African Gospel Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Okugqamile 1 (Zulu Subs) 

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

UMsombuluko, Okthoba 21, 2019

Zulu gospel choir song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe



2019 Zulu Gospel Worship Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

ULwesibili, Julayi 11, 2017

"Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" (Ividiyo Yomculo)




Gospel Choir Song  "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" (A Cappella)
La … la la la … la la la….

La … la la la … la la la … la….

Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.

O Nkulunkulu! Inkazimulo yaKho igcwalisa izulu nomhlaba.

Sithandwa sami esihle, uthando lwaKho luzungeza inhliziyo yami.

Abantu abaphishekela iqiniso bonke bathanda uNkulunkulu.