Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKristu. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Okthoba 21, 2019

Zulu gospel choir song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe



2019 Zulu Gospel Worship Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

UMsombuluko, Agasti 12, 2019

Isethulo Esifushane Ngemvelaphi Yokuvela kanye Nomsebenzi KaKristu Wezinsuku Zokugcina EShayina

IShayina yindawo ehlala udrako omkhulu obomvu, futhi yindawo lapho enqaba khona futhi walahla uNkulunkulu okubi kakhulu kuwo wonke umlando. EShayina kunjengesikhungo samadimoni nejele elilawulwa uSathane, umuzi ongangeneki noqinile. Ngaphezu kwalokho, ukubusa kobushiqela kukadrako omkhulu obomvu kuqaphe yonke ingxenye futhi kuphendula zonke izakhamuzi. Ngenxa yalokho, kunzima lapha ukusakaza ivangeli likaNkulunkulu nokuqhuba umsebenzi kaNkulunkulu.

ISonto, Disemba 16, 2018

Sengiyakwazi Ukuhlukanisa Phakathi KukaKristu Wangempela NoKristu Bamanga

UChuanyang. eMelika

Ngo-2010, ubusika eMelika bangenza ngagodola kakhulu. Ngaphezu kokubanda okuhlabayo kudalwa inhlanganisela yomoya nokukhithika, okwakukubi nakakhulu ukuthi inhliziyo yami yayingenelwe futhi yahlaselwa “yigagasi elibandayo” Kulabo kithina abasebhizinisini lokuhlobisa ezindlini, ubusika yisikhathi esinzima kakhulu sonyaka, ngoba uma ubusika buqala uba mncane kakhulu umsebenzi.

UMgqibelo, Disemba 1, 2018

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma Israyeli (Zulu Subtitles)




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma Israyeli (Zulu Subtitles)

Emuva kwamakhulu eminyaka yokubanjwa ngumthetho, ama-Israyeli ekugcineni abhekana nengozi yokulahlwa nokubulawa ngumthetho ngenxa yeziphambeko zawo.

UMsombuluko, Septhemba 24, 2018

Umphakathi wenkolo waqala ukumelana noKristu esenyameni eNkathini Yomusa, ngakho kungani uKristu ehlala engamukelwa futhi elahlwa umphakathi wenkolo?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Abantu abayizilima nabangenalwazi bahlala bethi ubuntu obujwayelekile bukaKristu buyiphutha. Noma engakuveza kanjani ubunkulunkulu Bakhe, abantu bayahluleka ukuvuma ukuthi unguKristu.

ULwesihlanu, Meyi 25, 2018

8. Kuqondwa kanjani ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela nempilo?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu. Yena lowo ekuqaleni wayenoNkulunkulu” (Johane 1:1-2).

“Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, ( futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

ULwesibili, Meyi 22, 2018

2. Yini ukuba uNkulunkulu esimweni somuntu? Yini Umongo kaNkulunkulu esimweni somuntu?

 
uJesu,uKristu,uNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

ULwesihlanu, Meyi 11, 2018

Kufanele Ubeke Eceleni Izibusisio Zesimo Futhi Uqonde Intando KaNkulunkulu Yensindiso Yomuntu

Kubantu, akunakwenzeka ukuthi inzalo kaMowabi ingapheleliswa futhi ayikufanelekeli ukuba ibe njalo. Amadodana kaDavide, ngolunye uhlangothi, ngokuqinisekile analo ithemba futhi ngokuqinisekile angakwazi ukupheleliswa.

UMgqibelo, Januwari 13, 2018

Abaphelelisiwe Kuphela Abangaphila Impilo Enohlonze


Eqinisweni, umsebenzi owenziwa manje owokuthi abantu bafulathele uSathane, bafulathele ukhokho wabo omdala.

Eqinisweni, umsebenzi owenziwa manje owokuthi abantu bafulathele uSathane, bafulathele ukhokho wabo omdala. Zonke izahlulelo ngezwi zihlose ukudalula isimo esikhohlakele sesintu nokwenza abantu baqonde isiqu sempilo.Lezi zahlulelo eziphindaphindiwe zonke zigwaza izinhliziyo zabantu.Isahlulelo ngasinye sinomthelela ngqo emphumeleni wabo kanti sihloselwe ukudala amanxeba ezinhliziyweni zabo khona bezoyeka zonke lezo zinto ngaleyo ndlela bagcine beyazi impilo; bazi lo mhlaba ongcole kangaka, futhi bazi ubuhlakani bukaNkulunkulu nokuba nguSomandla futhi bazi lesi sintu esonakaliswe nguSathane.

ULwesihlanu, Juni 2, 2017

Yilabo Abazi Umsebenzi KaNkulunkulu Namuhla Kuphela Abangasebenzela UNkulunkulu

Ukuze unikeze ubufakazi ngoNkulunkulu futhi uhlazise udrako omkhulu obomvu kumele ube nesimiso, kanye nomgomo: Enhliziyweni yakho kumele uthande uNkulunkulu, futhi ungene emazwini kaNkulunkulu. Uma ungangeni emazwini kaNkulunkulu, awunakuba nayo nhlobo indlela yokuhlazisa uSathane.