Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lwangempela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lwangempela. Bonisa konke okuthunyelwe

UMgqibelo, Mashi 17, 2018

Isahluko 36

Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. UNkulunkulu uthi, “Umuntu akakaze athole lutho ekusolweni Kwami, ngoba akenzi lutho ngaphandle kokuthwala ijoka emqaleni wakhe ngazo zombili izandla,

ULwesithathu, Mashi 14, 2018

Isahluko 27

Namuhla, amazwi kaNkulunkulu asefike esicongweni sawo, okusho ukuthi, ingxenye yesibili yenkathi yokwahlulela isifike ovuthondabeni. Ngalesi sikhathi, iphimbo likaNkulunkulu seliguqukile, alisabhuqi futhi alisancokoli, futhi alisashayi, alisaqalekisi; uNkulunkulu uselithambisile iphimbo lamazwi Akhe.

UMsombuluko, Mashi 12, 2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili

UNkulunkulu wadala sonke isintu, futhi usesihole sonke isintu kwaze kwaba namuhla. Kanjalo, uNkulunkulu wazi konke okwenzeka phakathi kwabantu: wazi ububi emhlabeni wabantu, uqonda ubumnandi emhlabeni wabantu, ngakho-ke usuku ngosuku uchaza izimo zempilo yaso sonke isintu, aphinde, phezu kwalokho, abhekane nobuthakathaka nokonakala kwaso sonke isintu. 

ULwesibili, Februwari 27, 2018

Isahluko 41

Ngike ngenza umsebenzi omkhulu phakathi kwabantu, kodwa abazange babone, ngakho kwadingeka ngisebenzise izwi Lami ukuze ngiwembule kubo. Nokho, umuntu usalokhu engawaqondi amazwi Ami, futhi uhlala engazi lutho ngenhloso yecebo Lami.

ULwesithathu, Januwari 3, 2018

Isahluko 14

Kuyo yonke iminyaka, akekho umuntu oseke wangena embusweni ngakho akekho oke wathokozela umusa weNkathi Yombuso, akekho nowake wabona iNkosi yombuso. Nakuba ngaphansi kokukhanyisa koMoya Wami abantu abaningi bephrofethe ngobuhle bombuso, bazi ingaphandle lawo kuphela, hhayi ukubaluleka kwawo ngaphakathi.

ULwesibili, Disemba 19, 2017

EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU


Christian Movie "EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" | The 
Testimony of a Christian  (Zulu Subtitles)

Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni.

ULwesine, Julayi 20, 2017

Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde



South african gospel music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde" Thanda uNkulunkulu Impilo Yami Yonke

uthando lwangempela