Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Igunya likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Igunya likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
ULwesine, Disemba 19, 2019
Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Amazinga okushisa nokubanda
Into yesibili amazinga okushisa nokubanda. Wonke umuntu uyazi ukuthi ayini amazinga okushisa nokubanda. Amazinga okushisa nokubanda yinto leyo indawo efanele ukuphila abantu okumele ibe nayo.
ISonto, Disemba 8, 2019
3. Ekukholweni KuNkulunkulu, Kufanele Wakhe Ubudlelwane Obejwayelekile NoNkulunkulu.
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ekukholelweni kuNkulunkulu, okungenani kumele ulungise indaba yokuba nobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu. Ngaphandle kobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu, kuyalahleka ukubaluleka kokukholelwa kuNkulunkulu. Ukwakha ubuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu ngokugcwele kutholakala ngokuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu.
Ekukholelweni kuNkulunkulu, okungenani kumele ulungise indaba yokuba nobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu. Ngaphandle kobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu, kuyalahleka ukubaluleka kokukholelwa kuNkulunkulu. Ukwakha ubuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu ngokugcwele kutholakala ngokuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu.
UMgqibelo, Novemba 30, 2019
2. Inhloso Yezigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
UMsombuluko, Septhemba 16, 2019
UNkulunkulu UyiNkosi Yayo Yonke Indalo
Isigaba esisodwa somsebenzi wezinkathi ezimbili ezingaphambilini senzeka kwa-Israyeli; esinye senzeka eJudiya. Uma sikhuluma ngokujwayelekile, asikho esalezi zigaba zomsebenzi esashiya u-Israyeli;
UMsombuluko, Septhemba 2, 2019
I. Ubani Omkhulu: UNkulunkulu, noma IBhayibheli? Ebudlelwaneni Obuphakathi KukaNkulunkulu NeBhayibheli
1. Eminyakeni eminingi, izindlela zomdabu zabantu zokukholwa (lezo zobuKristu, okungenye yezinkolo ezintathu ezinkulu emhlabeni) bekuwukufunda iBhayibheli; ukusuka eBhayibhelini akulona ukholo eNkosini, ukusuka eBhayibhelini kuyinkolelo-ze embi, kanye nokuhlubuka,
UMgqibelo, Agasti 17, 2019
Ngosuku Lwesithupha, UMdali Uyakhuluma Futhi Uhlobo Ngalunye Lwezidalwa Eziphilayo Engqondweni Yakhe, Luyavela, Olunye Emva Kolunye
Ngokungabonakali, umsebenzi woMdali wokwenza zonke izinto wawukade uqhubeka izinsuku eziyisihlanu, okwathi ngokushesha emuva kwazo, uMdali wemukela usuku lwesithupha lokudala zonke izinto. Lolu suku lwabe lungesinye isiqalo esisha, nolunye usuku olumangalisayo. Labe liyini-ke icebo lomdali ngalobu busuku obandulela usuku olusha? Ingabe yiziphi izidalwa ezintsha ayezozidala, wabe ezodala? Lalela, lelo yiphimbo loMdali….
ULwesithathu, Julayi 31, 2019
Ngaphansi Kwegunya lo Mdali, Zonke Izinto Ziphelelisiwe
Zonke izinto ezidalwe nguNkulunkulu, kuhlanganiswe lezo ezazikwazi ukunyakaza nalezo ezazingakwazi ukunyakaza, njengezinyoni nezinhlanzi, njengemithi nezimbali, futhi kuhlanganiswe nemfuyo, izilokazana, kanye nezilwane zasendle ezenziwa ngosuku lwesithupha—zonke zazizinhle kuNkulunkulu, futhi, ngaphezu kwalokho, emehlweni kaNkulunkulu, zonke lezi zinto, ngokuhambisana nohlelo Lwakhe, zazifinyelele esicholweni sokupheleliswa, futhi zazifinyelele emazingeni uNkulunkulu ayefisa ukuwafeza.
ULwesihlanu, Julayi 26, 2019
Ngosuku Lwesihlanu, Ukuphila Okuyizimo Eziningi Nezahlukehlukene Kuveza Igunya LoMdali Ngezindlela Ezehlukene
ISonto, Julayi 21, 2019
Ngosuku Lwesine, Izinkathi, Izinsuku, Kanye Neminyaka Yesintu Iyavela Lapho UNkulunkulu Esebenzisa Igunya Lakhe Futhi
UMdali wasebenzisa amazwi Akhe ukufeza uhlelo Lwakhe, futhi ngale ndlela wedlulisa izinsuku ezintathu zohlelo Lwakhe. Kulezi zinsuku ezintathu, uNkulunkulu akazange abonakale ezikhandla, noma ezikhathaza; esikhundleni salokho, wachitha izinsuku ezintathu ezinhle kakhulu zohlelo Lwakhe, futhi wenza umsebenzi omkhulu kakhulu wokuguqulwa komhlaba kakhulu impela.
ULwesithathu, Julayi 10, 2019
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kubonakala umhlabathi owomileyo.” Iziphi izinguquko ezenzeka emuva kokuthi uNkulunkulu evele wathi, “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kubonakala umhlabathi owomileyo”? Futhi yini eyabe ikhona kule ndawo ngaphandle kokukhanya nomkhathi? EmiBhalweni, kubhalwe ukuthi: “UNkulunkulu wase ebiza umhlabathi owomileyo ngokuthi uMhlaba, nokuqoqeleka kwamanzi ndawonye wawabiza ngokuthi uLwandle: futhi uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.” Okungukuthi, kwase kukhona umhlaba nezilwandle kule ndawo, umhlaba nezilwandle kwehlukaniswa.
UMgqibelo, Juni 29, 2019
Ngosuku Lwesibili, Igunya likaNkulunkulu Lihlela Amanzi, Futhi Lenza Utwa, Bese Kuvela Indawo Yokuphila Kwabantu Okuyisisekelo Kakhulu
Ake sifunde isiqephu sesibili saseBhayibhelini: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, futhi awuhlukanise amanzi kwamanye amanzi. Futhi uNkulunkulu wabe esenza umkhathi, futhi wahlukanisa amanzi ayengaphansi komkhathi emanzini ayengaphezu komkhathi: futhi kwaba njalo..”
ULwesihlanu, Mashi 8, 2019
UNkulunkulu Usebenzisa Amandla Onke Akhe Nendlela Enokuhlakanipha Ukunika Zonke Izinto Nokusekela Ukuphila Kwesintu
Ekuqaleni, sikhulume ngendawo yokuhlala isintu nokuthi yini uNkulunkuu ayenza, akulungisa, nabhekana nakho kule ndawo, kanjalo nobudlelwano phakathi kwazo zonke izinto uNkulunkulu azilungiselele isintu nokuthi uNkulunkulu ubusingathe kanjani lobu budlelwano ukuze avimbele zonke izinto ukuthi zingalimazi isintu.
ULwesine, Februwari 28, 2019
Ukudalelwa Kwesintu Nokudalelwa Kwendawo Yonke Akunakuhlukaniswa Ebukhosini BoMdali
Nonke nibadala. Abanye benu basebasha; abanye sebeqale ukuguga. Kusukela kongakholwa kuya kokholwayo, kusukela kosanda kukholwa kuNkulunkulu kuye kosalamukele izwi likaNkulunkulu nosebone umsebenzi kaNkulunkulu, lungakanani ulwazi onalo ngobukhosi bukaNkulunkulu?
UMgqibelo, Januwari 26, 2019
Igunya LoMdali Alithiywa Yisikhathi, Isikhala Noma Umumo Wendawo, Futhi Igunya LoMdali Alilinganiseki
Asibheke ku Genesise 22:17-18. Lesi ngesinye isiqephu esakhulunywa nguNkulunkulu uJehova, lapho athi ku-Abrahama, “Ngiyakukubusisa nokukubusisa, futhi ngandise nokwandisa inzalo yakho ibe njengezinkanyezi zezulu, nanjengesihlabathi sasogwini lolwandle; futhi inzalo yakho iyothatha isango lezitha zayo; Futhi ngenzalo yakho zonke izizwe zomhlaba zizobusiswa, ngokuba ulilalele izwi lami.”
ULwesithathu, Januwari 23, 2019
Umyalo kaNkulunkulu kuSathane
(UJobe 2:6) Futhi iNKOSI yathi kuSathane, Bheka, usesandleni sakho; kepha gcina ukuphila kwakhe.
Lokhu kuyisiqephu esisuka eNcwadini kaJobe, futhi u “u” kula mazwi uqondise kuJobe.
USathane Akakaze Alokothe Eqe Igunya LoMdali, futhi Ngenxa Yalokhu, Zonke Izinto Ziphila Ngokuhleleka
ISonto, Januwari 20, 2019
Noma Isintu Sonakalisiwe, Sisaphila Ngaphansi Kobukhosi Begunya LoMdali
USathane selokhu onakalisa isintu izinkulungwane zeminyaka. Usedale ububi obungebalwe, ukhohlise isizukulwane ngesizukulwane, futhi wenza amacala esabekayo emhlabeni. Uhlukumeze umuntu, wakhohlisa umuntu, wayenga umuntu ukuthi amelane noNkulunkulu, futhi wenza izenzo ezimbi ezikhungathe zakhinyabeza uhlelo lukaNkulunkulu lokuphatha izikhathi eziningi.
ULwesihlanu, Disemba 7, 2018
2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)
2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)
Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco….
ULwesine, Disemba 6, 2018
2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu" (Zulu Subtitles)
2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu" (Zulu Subtitles)
Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.…
UMsombuluko, Disemba 3, 2018
Zulu Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo"
Zulu Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo"
Esisekelweni sokubambelela emigomweni yayo yokusungulwa yenkululeko, intando yeningi, nokulingana … I-US ibambe iqhaza elibalulekile ekusimamiseni isimo somhlaba wonke kanye nokuzinzisa ukuhleleka komhlaba. Leli qhaza alinakuthathelwa ngokunye isikhundla ekuvikelweni nasekusimamisweni kwesimo somhlaba wonke.
UMgqibelo, Mashi 31, 2018
Abantu Izimo Zabo Eziguqukile Yilabo Abangene Eqinisweni Lamazwi KaNkulunkulu.
Indlela uMoya oNgcwele asebenza ngayo kubantu ukuqala ngokukhipha izinhliziyo zabo kubo bonke bantu, izigameko, nezinto uzifake emazwini kaNkulunkulu ukuze bonke bakholwe ezinhliziyweni zabo ukuthi amazwi kaNkulunkulu kuphela angenakungatshazwa futhi ayiqiniso eliphelele.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)