Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
ULwesine, Disemba 19, 2019
Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Amazinga okushisa nokubanda
Into yesibili amazinga okushisa nokubanda. Wonke umuntu uyazi ukuthi ayini amazinga okushisa nokubanda. Amazinga okushisa nokubanda yinto leyo indawo efanele ukuphila abantu okumele ibe nayo.
ULwesithathu, Disemba 4, 2019
Isahluko 8 Iziphetho Zezinhlobo Ezahlekene Zabantu Nesithembiso SikaNkulunkulu Kumuntu
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi Wami uhlala iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, futhi ngiyethembisa ukuthi ukulawula komubi esintwini sisonke nakho kuyoba ngokweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha. Ngakho, siphelile isikhathi. Angisaqhubeki futhi angisadebeseli manje:

UMsombuluko, Disemba 2, 2019
4. Ubudlelwane Phakathi Kwaleso Naleso Sezigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Kusukela emsebenzini kaJehova kuya kokaJesu, futhi kusukela emsebenzini kaJesu kuya kulowo wesigaba samanje, lezi zigaba ezintathu zihlanganisa ngentambo enganqamuki bonke ububanzi bokuphatha kukaNkulunkulu futhi yonke iyimisebenzi eyenziwa nguMoya owodwa.

ISonto, Disemba 1, 2019
3. Inhloso Nokubaluleka Kwaleso Naleso Sezigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu
mazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, futhi okwakuyindawo engcwele ayekhona kuyo.
Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, futhi okwakuyindawo engcwele ayekhona kuyo.
UMgqibelo, Novemba 30, 2019
2. Inhloso Yezigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
ULwesihlanu, Novemba 29, 2019
1. Uyini Umsebenzi Wokuphatha Isintu?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso.

ULwesine, Novemba 28, 2019
2. Kungani UNkulunkulu Ebizwa Ngamagama Ehlukene Ezinkathini Ezehlukene?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Inkathi nenkathi, uNkulunkulu wenza umsebenzi omusha futhi ubizwa ngegama elisha; angawenza kanjani umsebenzi ofanayo ngezikhathi ezingafani? Anganamathela kanjani kokudala? Igama likaJesu lathathwa ngenxa yomsebenzi wokuhlenga, ngakho ingabe uzobizwa ngegama elifanayo lapho ebuya ezinsukwini zokugcina?
ULwesithathu, Novemba 27, 2019
1. Kungani uNkulunkulu Ethatha Amagama, futhi Kungenzeka Ukuthi Igama Elilodwa Limele Ukuphelela KukaNkulunkulu?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ingabe igama likaJesu—“UNkulunkulu unathi”—lisimele sonke isimo sikaNkulunkulu? Lingamchaza ngokugcwele uNkulunkulu?
Ingabe igama likaJesu—“UNkulunkulu unathi”—lisimele sonke isimo sikaNkulunkulu? Lingamchaza ngokugcwele uNkulunkulu?
ISonto, Okthoba 6, 2019
Ukuba Semzimbeni Wobuntu Okubili Kuphelelisa Ukubaluleka Kokuba Semzimbeni Wobuntu
Isigaba ngasinye somsebenzi owenziwe nguNkulunkulu sinokubaluleka kwaso ngokoqobo. Kudala, lapho uJesu efika, wayengowesilisa, kodwa lapho uNkulunkulu eza manje, ungowesifazane. Ngalokhu, uyabona ukuthi uNkulunkulu wadala kokubili owesilisa nowesifazane ebadalela umsebenzi Wakhe, futhi Kuye awukho umehluko wobulili.
ULwesihlanu, Septhemba 27, 2019
Umehluko Phakathi Kwenkonzo KaNkulunkulu Onesimo Somuntu kanye Nomsebenzi Womuntu
Kumele ufinyelele ekwazini umbono womsebenzi kaNkulunkulu futhi ubambe indlela ejwayelekile umsebenzi Wakhe ohamba ngayo. Lokhu wukungena ngendlela elungile.
UMsombuluko, Septhemba 16, 2019
UNkulunkulu UyiNkosi Yayo Yonke Indalo
Isigaba esisodwa somsebenzi wezinkathi ezimbili ezingaphambilini senzeka kwa-Israyeli; esinye senzeka eJudiya. Uma sikhuluma ngokujwayelekile, asikho esalezi zigaba zomsebenzi esashiya u-Israyeli;
UMgqibelo, Februwari 10, 2018
Indlela… (4)
Lapho abantu bekwazi ukubona ubuhle bukaNkulunkulu, ukufuna indlela yokuthanda uNkulunkulu ngalenkathi, futhi bazimisele ngokwamukela ukuqeqeshwa ngombuso wanamuhla—konke lokhu kuwumusa kaNkulunkulu futhi nangaphezulu, Nguye ophakamisa isintu.
ULwesibili, Meyi 30, 2017
Indaba Eyiqiniso Ngomsebenzi Wenkathi Yokuhlengwa
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)