Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula amanzi aphilayo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula amanzi aphilayo. Bonisa konke okuthunyelwe

ISonto, Disemba 8, 2019

3. Ekukholweni KuNkulunkulu, Kufanele Wakhe Ubudlelwane Obejwayelekile NoNkulunkulu.

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ekukholelweni kuNkulunkulu, okungenani kumele ulungise indaba yokuba nobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu. Ngaphandle kobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu, kuyalahleka ukubaluleka kokukholelwa kuNkulunkulu. Ukwakha ubuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu ngokugcwele kutholakala ngokuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu.

ULwesihlanu, Novemba 29, 2019

1. Uyini Umsebenzi Wokuphatha Isintu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso.

UMgqibelo, Februwari 24, 2018

Isenezelo 1: Isahluko 1

Engicela ukuba nikwenze akuyona nje into engephatheke nengacacile engenalutho engikhuluma ngayo, akuyona futhi into engecatshangwe wubuchopho bomuntu noma into engenakufezwa yinyama yomuntu. 

UMsombuluko, Februwari 12, 2018

Indlela… (7)

Sonke siyabona ngalokho esibhekana nakho ukuthi sekukaningi uNkulunkulu esivulela indlela ngokwakhe uqobo ukuze sihambe endleleni eqondile, nengeyeqiniso

Sonke siyabona ngalokho esibhekana nakho ukuthi sekukaningi uNkulunkulu esivulela indlela ngokwakhe uqobo ukuze sihambe endleleni eqondile, nengeyeqiniso. Lokhu kudalwa ukuthi le ndlela ngesiyivulelwe uNkulunkulu kusukela ekuqaleni futhi yadluliselwa esizukulwaneni sethu emuva kweminyaka yamashumi ezinkulungwane.