Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izinsuku zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izinsuku zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe

UMgqibelo, Disemba 21, 2019

XIV Amazwi Ngokuphrofetha Ngobuhle Bombuso Nesiphetho Sesintu, Kanye Nezethembiso Nezibusiso ZikaNkulunkulu

1. Njengoba amazwi Ami egcwaliswa, umbuso uyasunguleka kancane kancane emhlabeni nomuntu kancane kancane ubuyela esimweni esijwayelekile, ngalokho kusunguleka emhlabeni umbuso enhliziyweni Yami.

UMgqibelo, Septhemba 22, 2018

Ingabe ukwahlulela kwezinsuku zokugcina okushiwo eBhayibhelini kubhekise emsebenzini kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Abanye bakholwa ukuthi ngezinye izikhathi uNkulunkulu angeza emhlabeni ukuze abonakale kumuntu, lapho eyokwahlulela isintu mathupha, avivinye umuntu ngamunye kungasali muntu.

ULwesithathu, Meyi 30, 2018

UMgqibelo, Mashi 17, 2018

Isahluko 32

Amazwi kaNkulunkulu ashiya abantu bezenwaya amakhanda; kungathi, ngenkathi ekhuluma, uNkulunkulu akamnaki umuntu ukhuluma emoyeni, kungathi akanamcabango nhlobo ekuthini anake izenzo zomuntu, akanaki ngokuphelele ukwakheka komuntu, kungathi amazwi awakhulumayo awabhekisiwe ekuqondeni kwabantu, kodwa akamnaki umuntu, njengoba kwakuyinhloso yokuqala kaNkulunkulu. Ngenxa yezizathu ezingebalwe, Amazwi kaNkulunkulu awaqondakali futhi kawangeni kumuntu. 

ULwesihlanu, Juni 2, 2017

Yilabo Abazi Umsebenzi KaNkulunkulu Namuhla Kuphela Abangasebenzela UNkulunkulu

Ukuze unikeze ubufakazi ngoNkulunkulu futhi uhlazise udrako omkhulu obomvu kumele ube nesimiso, kanye nomgomo: Enhliziyweni yakho kumele uthande uNkulunkulu, futhi ungene emazwini kaNkulunkulu. Uma ungangeni emazwini kaNkulunkulu, awunakuba nayo nhlobo indlela yokuhlazisa uSathane.

ISonto, Meyi 21, 2017

Akekho Umuntu Osenyameni Ongabalekela Usuku Lolaka


  
Namuhla, ngikukhuzela ukuthi kusinde wena, ukuze umsebenzi Wami uqhubeke ngempumelelo, nokuthi umsebenzi Wami wokuqala wenziwe ngokufanele nangokuphelele emhlabeni jikelele, ngokuveza amazwi Ami, negunya, nokuphakama kanye nokwahlulela abantu bakuwo wonke amazwe nezinhlanga.