Wonke umuntu okholwa kuNkulunkulu futhi abuyele kuNkulunkulu unengqondo engavamile. Lokhu okuhlangenwe nakho kuhlukile.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yokusindiswa kweNineve nguNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yokusindiswa kweNineve nguNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
ISonto, Ephreli 14, 2019
UMdali uVeza Imizwa Yakhe Yeqiniso ngeSintu
Le ngxoxo phakathi kukaNkulunkulu uJehova noJona ngaphandle kokungabaza, ingukubonakaliswa kwemizwa yeqiniso yoMdali ngesintu. Ngasengxenye, yazisa abantu ngokuqonda koMdali kwayo yonke imvelo engaphansi komyalo Wakhe; njengoba uNkulunkulu uJehova wathi, “mina-ke bengingayikulihawukela iNineve, umuzi omkhulu, okukuwo abantu abangaphezu kwezinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili abangakwazi ukwahlukanisa isandla sokunene nesokhohlo; kanye nezinkomo eziningi na?” Ngamanye amazwi, ukuqonda kwaNkulunkulu ngeNineve kwakungakhi phezulu.
ULwesine, Ephreli 11, 2019
Imizwa yoMdali eQotho ngeSintu
Abantu bavame ukuthi akuyona into elula ukwazi uNkulunkulu, kepha, ngithi ukwazi uNkulunkulu akuyona into enzima neze, ngoba uNkulunkulu, njalo uyavumela umuntu ukuthi azibone izenzo Zakhe. UNkulunkulu akakaze ayeke ingxoxo Yakhe nesintu; Akakaze azifihle kumuntu, futhi akakaze Acashe.
ULwesithathu, Ephreli 10, 2019
Isimo Esilungile soMdali Singokoqobo futhi Sicacile
Isihe nokubekezelela kukaNkulunkulu akuyona Imvelakancane—Ukuphenduka kweqiniso Komuntu kuyimvelakancane
Akukhathaliseki ukuthi uNkulunkulu wabe ebathukuthelele kangakanani abantu baseNineve, kwathi bangamemezela ukuzila futhi bembatha indwangu yamasaka nomlotha, inhliziyo Yakhe yathamba kancane kancane, futhi waqala ukushintsha inhliziyo Yakhe.
ULwesibili, Ephreli 9, 2019
Uma uKholo Lwakho Kuye Luyiqiniso, Uzovama Ukuthola Ukunakekelwa Nguye
Ukuguquka kukaNkulunkulu ngezinhloso aye nazo ngabantu baseNineve, akuna bungqikangqikaza noma ukudideka. Kepha, kwakungukuguquka kusuka entukuthelweni emsulwa kuya ekubekezeleleni okumsulwa. Lokhu ukwembulwa kwangempela kobukhona bukaNkulunkulu.
UMsombuluko, Ephreli 8, 2019
UNkulunkulu uyakubona ukuPhenduka Kweqiniso Ekujuleni Kwezinhliziyo zabantu baseNineve
UMahluko Omkhulu phakathi Kokuphendula kwabantu baseNineve nabaseSodoma Esixwayisweni sikaNkulunkulu uJehova
Kuchaza ukuthini ukuchithwa? Ngendlela eyayivamile, kuchaza ukuthi ukunyamalala. Kodwa kanjani? Ubani owayengenza umuzi wonke unyamalale? Kungeke kwenzeke ukuba umuntu enze into enjalo, empeleni. Laba bantu babengezona iziwula; bathi bangasizwa lesi simemezelo, baqonda.
ISonto, Ephreli 7, 2019
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)